Datasets:
Tasks:
Multiple Choice
Modalities:
Text
Formats:
json
Sub-tasks:
multiple-choice-qa
Size:
1K - 10K
Tags:
uhura
License:
File size: 4,700 Bytes
b6adcb2 |
1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16 17 18 19 20 21 22 23 24 25 26 27 28 29 30 31 32 33 34 35 36 37 38 39 40 41 42 43 44 45 46 47 48 49 50 51 52 53 54 55 56 57 58 59 60 61 62 63 64 65 66 67 68 69 70 71 72 73 74 75 76 77 78 79 80 81 82 83 84 85 86 87 88 89 90 91 92 93 94 95 96 97 98 99 100 101 102 103 104 105 106 107 108 109 110 111 112 113 114 115 116 117 118 119 120 121 122 123 124 125 126 127 128 129 130 131 132 133 134 135 136 |
[
{
"correct_answers": [
"bese ekhahlela ibhola."
],
"incorrect_answers": [
"bese ehlala phansi.",
"bese edla."
],
"best_answer": [
"bese ekhahlela ibhola."
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Dweba umugq a osuka ekuq aleni komusho uze uyof ika esiphet hweni esif anele somusho.\n\nUSam uyagij ima: ",
"source": "",
"category": ""
},
{
"correct_answers": [
"Ukuzijabulisa epaki."
],
"incorrect_answers": [
"Ukudlala nabangane.",
"Ukuzijabulisa ezu."
],
"best_answer": [
"Ukuzijabulisa epaki."
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Sithini isihloko esifanele le ndaba?\n\nNamuhla usuku lokuzalwa lukaNhloso lweminyaka eyisithupha. Usisi wakhe uSihle umthengele ibhethi njengesipho. Unesasasa lokusebenzisa ibhethi yakhe. UNhloso nomndeni wakhe baya epaki ngemoto. UNhloso ugqoka ikepisi uma edlala ikhilikithi. Ubaba umphosela ibhola. UNhloso ushaya ibhola ngebhethi bese egijima kakhulu. Umama noSihle bamshayela izandla. Umndeni wonke uthokozele ukuba sepaki.",
"source": "",
"category": ""
},
{
"correct_answers": [
"Ugandaganda owaphelelwa amabhuleki"
],
"incorrect_answers": [
"Ipulazi lezinkukhu",
"Ipulazi lezimvu",
"Ipulazi lama-aphula"
],
"best_answer": [
"Ugandaganda owaphelelwa amabhuleki"
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Yisiphi isihloko esifanele le ndaba?\n\nUMnumzane noNkosikazi Shabangu babehlala epulazini nezingane zabo, uThoko noThemba. UNkosikazi Shabangu noThoko babhaka izinkwa nsuku zonke bahlanze izitebele. AbakwaMsibi, Tembe nabakwaZulu bathanda ukuvakashela abakwaShabangu. Izingane zazinakekela izinkukhu namadada. UMnumzane Shabangu wayebhekelela izinkomo nezimvu.\n\nNgolunye usuku umndeni wawuthokozela isidlo sephikhinikhi emini okwakuwushizi, amashibusi, namaqatha enyama yemvu. Ngaso leso sikhathi kwenzeka inhlekelele yengozi. Ugandaganda waphelelwa amabhuleki, wabonakala wehla kancane uqonde ezansi. Wezwakala uMnumzane Shabangu ememeza exwayisa umndeni wakhe. Wehla njalo ugandaganda ugingqika wayongena edamini. Umndeni wagijima emva kwawo, nawo wangena emanzini.\n\nUMnumzane Shabangu wabophela isipani sezinkabi ukuba sidonse ugandaganda. Umndeni wonke wajabula ngoba akekho owalimala.",
"source": "",
"category": ""
},
{
"correct_answers": [
"badobe izinhlanzi."
],
"incorrect_answers": [
"bahambe ngebhasi.",
"bahambe ngetekisi.",
"bose izinhlanzi."
],
"best_answer": [
"badobe izinhlanzi."
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Kungani ubaba noThemba bathatha inethi? \n\nUmama, ubaba, uJabu kanye noThemba baya edamini. Ubaba noThemba bathatha udobo nenethi kokudoba izinhlanzi. Ubaba noThemba bamanziswa yinethi bedoba.\n\nUmama noJabu bazifaka esitsheni izinhlanzi ezidotshiwe. Ubaba ubasa umlilo. Ubaba wosa izinhlanzi. UThemba noJabu bayazijabulela izinhlanzi. Bazijabulisa bonke edamini.",
"source": "",
"category": ""
},
{
"correct_answers": [
"Wat hola izicat hulo ezint sha zokudlala ibhola lezinyawo."
],
"incorrect_answers": [
"Umdlalo waqala ngo-9 nqo ezimpondweni.",
"Wat hola umklomelo wekhet helo.",
"USipho w akor a amagoli amat hat hu."
],
"best_answer": [
"Wat hola izicat hulo ezint sha zokudlala ibhola lezinyawo."
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Khombisa ukulandelana kwezigamelo endabeni kule misho engezansi. Landelanisa ngezinamba kusuka kweyoku-1 kuya kweye-4.",
"source": "",
"category": ""
},
{
"correct_answers": [
"USipho"
],
"incorrect_answers": [
"UJohn",
"UTom",
"UThemba"
],
"best_answer": [
"USipho"
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Dwebela impendulo ef anele.\n(UJ ohn , USipho, UTom, UThemba ) wakor a amagoli amat hat hu.",
"source": "",
"category": ""
},
{
"correct_answers": [
"+"
],
"incorrect_answers": [
"÷",
"×",
"-"
],
"best_answer": [
"+"
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Yiluphi uphawu olungenza lo musho wezinombolo ube yiqiniso? 15 _ 3 = 18",
"source": "",
"category": ""
},
{
"correct_answers": [
"ukuf unda"
],
"incorrect_answers": [
"ukuf ihla",
"ukuf anda",
"ukuf unba"
],
"best_answer": [
"ukuf unda"
],
"type": "Reading comprehension",
"question": "Ngiyat handa ... indaba encwadini.",
"source": "",
"category": ""
}
] |